Khumbula Ukufa KukaJesu
Video
Other languages
Share text
Share link
Show times
Hide times
00:00:01
Ake ucabange ngomhlaba ogcwele ukuthula, . . .00:00:06
00:00:06
. . . ongenakho ukuhlupheka, . . .00:00:09
00:00:09
. . . onenala yokudla kwawo wonke umuntu, . . .00:00:14
00:00:14
. . . nabantu abaphile saka.00:00:18
00:00:18
Kodwa lingaba khona kanjani ikusasa elihle kangaka?00:00:24
00:00:24
Ngenxa yalokho uJesu asenzela kona.00:00:29
00:00:29
Weza emhlabeni ngenjongo.00:00:33
00:00:33
Wanikela ngokuphila kwakhe ngenxa yabantu abathandayo.00:00:39
00:00:39
Ngobusuku bangaphambi kokufa kwakhe, 00:00:42
00:00:42
uJesu wacela ukuba sikukhumbule ukuzinikela kwakhe.00:00:47
00:00:47
Wathi: “Qhubekani nikwenza lokhu ningikhumbula.”00:00:54
00:00:54
Ngosuku afa ngalo, 00:00:57
00:00:57
emhlabeni wonke abantu bazobuthana ukuze bamkhumbule.00:01:02
00:01:02
OFakazi BakaJehova bayakumema wena nomndeni wakho 00:01:06
00:01:06
ukuba nibe khona eSikhumbuzweni sokufa kukaJesu.00:01:10
00:01:10
Kulowo mbuthano, 00:01:11
00:01:11
uzothola ukuthi kungani isenzo sakhe sokuzinikela sibaluleke kakhulu 00:01:16
00:01:16
nokuthi izithembiso zakhe zikuthinta kanjani.00:01:19
00:01:19
Ukuze uthole indawo eseduze nawe, 00:01:22
00:01:22
sicela uthathe isimemo komunye woFakazi BakaJehova 00:01:26
00:01:26
noma ugcwalise ifomu lokufuna umhlangano oseduze ku-jw.org.00:01:41
Khumbula Ukufa KukaJesu
-
Khumbula Ukufa KukaJesu
Ake ucabange ngomhlaba ogcwele ukuthula, . . .
. . . ongenakho ukuhlupheka, . . .
. . . onenala yokudla kwawo wonke umuntu, . . .
. . . nabantu abaphile saka.
Kodwa lingaba khona kanjani ikusasa elihle kangaka?
Ngenxa yalokho uJesu asenzela kona.
Weza emhlabeni ngenjongo.
Wanikela ngokuphila kwakhe ngenxa yabantu abathandayo.
Ngobusuku bangaphambi kokufa kwakhe,
uJesu wacela ukuba sikukhumbule ukuzinikela kwakhe.
Wathi: “Qhubekani nikwenza lokhu ningikhumbula.”
Ngosuku afa ngalo,
emhlabeni wonke abantu bazobuthana ukuze bamkhumbule.
OFakazi BakaJehova bayakumema wena nomndeni wakho
ukuba nibe khona eSikhumbuzweni sokufa kukaJesu.
Kulowo mbuthano,
uzothola ukuthi kungani isenzo sakhe sokuzinikela sibaluleke kakhulu
nokuthi izithembiso zakhe zikuthinta kanjani.
Ukuze uthole indawo eseduze nawe,
sicela uthathe isimemo komunye woFakazi BakaJehova
noma ugcwalise ifomu lokufuna umhlangano oseduze ku-jw.org.
-